UVela Khumalo oqeqesha Amajimbos unenkolelo yokuthi izifundo ababuye nazo eQatar ziyohlomulisa iBafana Bafana ngokuzayo.
PHEZU kokuba iKaizer Chiefs igxile emqhudelwani iCaf Confederation Cup kodwa ihlalelwe wumsebenzi wokuqala izingxoxo ...
Ukaputeni wamaProteas, uTemba Bavuma, uhole iNingizimu Afrika iqeda ishobolo leminyaka engu-15 ingawunqobi umdlalo weTest ...
UKAPUTENI wamaProteas uTemba Bavuma ubona beyishaye ngezinduku zayo i-India beyinqoba emdlalweni wokuqala wochungechunge ...
“Uhlelo bekuwukuthi uma livela ithuba bazofakwa kodwa-ke kasizange sidlale ngale ndlela ebengifisa ngayo yize umphumela ...
Owesifazane owayeyiphoyisa ugwetshwe iminyaka eyisishiyagalombili ejele yiNkantolo eNkulu yaseMiddelburg ngecala lokunukubeza ngokocansi indodana yakhe wayiqopha ngoba eyalelwa wumelaphi wendabuko ...
KUZOGUGA iphakethe kwabazokuya emcimbini wesidlo sakusihlwa weqembu eliholwa uMnuz Floyd Shivambu, i-Afrika Mayibuye Movement ...
UMQEQESHI we-Orlando Pirates okusazothatha isikhathi ukuba bamkhohlwe abaxhumene naleli qembu, uJose Riveiro, uvule isifuba ngokungayithandi indlela ashiya ngalo leli qembu laseSoweto ngasekupheleni ...
UMA kukhulunywa ngabaculi bakamaskandi abashisa izikhotha kulezi zinsuku, igama likaWandile "Nkeshemba" Mkhize wodumo lwengoma ethi Ngixolele Mntanami, ngeke lasala ngaphandle.
UFIKELWE umunyu udadewabo wesishoshovu somzabalazo se-ANC, uMnuz Vusi Mtshali esabulawa ngo-1988 siseneminyaka engu-28, ngesikhathi izolo, ubuholi baseThekwini buhambisana nelungu le-ANC uDkt ...
LIZOGAYA ngomunye umhlathi kwabafuna ukuba amakhansela kwi-ANC njengoba bebekelwe imigomo eqinile, ebandakanya ukuba no-matric nesipiliyoni. Abafuna ukuba yizimeya, osomlomo kanjalo nosotswebhu ...